Chaza ngesineke ucophelele ngendlela ongakwazi ngayo isimo sehlo (amehlo), ukhombise ngokusobala kulemidwebo elandelayo umphumela noma isigcino sengozi ngesimo samanje sehlo (amehlo).
Ukulahlekelwa wukubona kumele kubikwe ngokuthi kugcwaliswe imidwebo 7, 8 no 9 (ecaleni elingemuva).
Ngokombono wakho ingabe ukusetshenziswa kwezibuko kube nesidingo ngenxa yomphumela ngqo wengoz..?
Uma ngabe isimo sokubona sibe ngcono ngenxa yokulungiswa, kodwa ungazange unqume izibuko sicela ukhombise isizathu/izizathu.
Ingabe kukhona ukuhlinzwa okwenziwa Uma kunjalo, yisho isimo kanye nemiphumela..?
a. Kusukela ngaluphi usuku umqashwa esekulungele ukwenza umsebenzi wakhe ojwayelekile..?
b. Yiluphi usuku okungeka ukuthi usewulungele umsebenzi wakhe ojwayelekile..?
Ngabe kukhona ukubona okulahlekile kulendima YEBO/CHA Uma kunguyebo, yisho iphesenti lokulahleka endimeni yeso ngalinye.. R L..?
Kungabe kukhona ukulahleka kokunyakaza ehlweni?
i-diplopia ngaphakathi kumaphesenti angu 20 ekuboneni.
i-diplopia ngaphandle kwamaphesenti angu 20 ekuboneni.
i-diplopia ngaphandle kwamaphesenti angu 20 ekuboneni nokho ngokubhekela phansi.
